Ngokukamathewu 22:43-46 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

43. Wathi kubo: “Pho, uDavide ngoMoya wambiza kanjani ngokuthi iNkosi, ethi:

44. “ ‘INkosi yathi eNkosini yami:“Hlala ngakwesokunene sami,ngize ngibeke izitha zakhophansi kwezinyawo zakho.” ’

45. “Ngakho-ke uma uDavide embiza ngokuthi iNkosi, uyindodana yakhe kanjani na?”

46. Kwakungekho obengamphendula ngazwi; emva kwalolo suku akwabe kusabakho muntu onesibindi sokumbuza lutho.

Ngokukamathewu 22