Ngokukamathewu 19:29-30 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

29. Nalowo oshiye izindlu, noma abafowabo, noma odadewabo, noma uyise, noma unina, noma abantwana, noma amazwe ngenxa yegama lami, uyakwamukeliswa okuphindwe kaningi, adle ifa lokuphila okuphakade.

30. Kepha abaningi abokuqala bayakuba ngabokugcina, nabokugcina babe ngabokuqala.

Ngokukamathewu 19