33. nga ungayihawukelanga yini inceku ekanye nawe, njengokuba nami ngikuhawukele, na?’
34. Inkosi yayo yathukuthela, yayinikela kubaphathi betilongo, ize ikhokhe lonke icala layo.
35. “Kanjalo naye uBaba osezulwini uyakwenza kini, uma ningathetheleli ngezinhliziyo zenu kube yilowo nalowo umfowabo.”