Ngokukamathewu 18:31-33 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

31. “Izinceku ezikanye nayo zathi ukubona okwenzekileyo, zadabuka kakhulu, zaya zabika enkosini yazo konke okwenzekileyo.

32. Khona inkosi yayo yayibiza, yathi kuyo: ‘Nceku embi, lonke lelo cala ngikuthethelele lona ngokuba wangincenga;

33. nga ungayihawukelanga yini inceku ekanye nawe, njengokuba nami ngikuhawukele, na?’

Ngokukamathewu 18