Ngokukamathewu 15:7-10 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

7. Bazenzisi, waprofetha kahle ngani u-Isaya, ethi:

8. ‘Lesi sizwe singidumisa ngezindebe zomlomo, kepha inhliziyo yaso ikude nami;

9. kodwa bangikhonza ngeze befundisa izifundiso eziyimiyalo yabantu.’ ”

10. Wayesebabiza abantu, wathi kubo: “Yizwani, niqonde.

Ngokukamathewu 15