Ngokukamathewu 15:5-8 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

5. Kepha nina nithi: ‘Oshoyo kuyise noma kunina ukuthi: Kungumnikelo lokho ongabe usizwe yimi ngakho,’

6. akayikwazisa uyise noma unina; kanjalo nilenze laba yize izwi likaNkulunkulu ngesiko lenu.

7. Bazenzisi, waprofetha kahle ngani u-Isaya, ethi:

8. ‘Lesi sizwe singidumisa ngezindebe zomlomo, kepha inhliziyo yaso ikude nami;

Ngokukamathewu 15