Ngokukamathewu 12:13-15 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

13. Khona wathi kulowo muntu: “Yelula isandla sakho.” Wayeseselula, sasinda saba njengesinye.

14. Base bephuma abaFarisi, benza isigungu ngaye ukuba bambhubhise.

15. Kepha uJesu ekwazi lokho wamuka lapho. Bamlandela abaningi, wabaphulukisa bonke.

Ngokukamathewu 12