Ngokukamathewu 1:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Incwadi yokuzalwa kukaJesu Kristu, indodana kaDavide, indodana ka-Abrahama.

2. U-Abrahama wazala u-Isaka, u-Isaka wazala uJakobe, uJakobe wazala uJuda nabafowabo;

3. uJuda wazala oFaresi noZara kuTamari, uFaresi wazala u-Esiromu, u-Esiromu wazala u-Aramu;

Ngokukamathewu 1