Ngokukamarku 8:36-38 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

36. Ngokuba kuyakumsizani umuntu ukuzuza izwe lonke, alahlekelwe ngukuphila kwakhe, na?

37. Yingabe angakhiphani umuntu, kube yisihlengo sokuphila kwakhe, na?

38. Ngokuba yilowo nalowo onezinhloni ngami nangamazwi ami kulesi sizukulwane esiphingayo nesonakeleyo, neNdodana yomuntu iyakuba nezinhloni ngaye, lapho iza ngenkazimulo kaYise kanye nezingelosi ezingcwele.”

Ngokukamarku 8