Ngokukamarku 7:36-37 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

36. Wabayala ukuba bangatsheli muntu. Kepha kwathi nakuba ebayala kakhulu, kwayikhona bekwandisa kakhulu impela.

37. Bamangala nokumangala, bathi: “Wenze kahle konke; nezithulu uzenza zizwe, nezimungulu zikhulume.”

Ngokukamarku 7