Ngokukamarku 4:1-2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Khona wabuye waqala ukufundisa ngaselwandle. Kwabuthana kuye isixuku esikhulu kakhulu, waze wangena emkhunjini, wahlala elwandle; isixuku sonke sasisemhlabathini ngaselwandle.

2. Wabafundisa okuningi ngemifanekiso; wathi kubo ekufundiseni kwakhe:

Ngokukamarku 4