Ngokukamarku 14:55-57 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

55. Abapristi abakhulu nomphakathi wonke bafuna ubufakazi ngoJesu ukuba bambulale, kepha ababufumananga.

56. Ngokuba abaningi bafakaza amanga ngaye, kepha ubufakazi babo abuhlangananga.

57. Kwasukuma abathile, bafakaza amanga ngaye, bathi:

Ngokukamarku 14