Ngokukaluka 7:4-7 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

4. Esefikile kuJesu amncenga kakhulu, ethi: “Ifanele ukuba uyenzele lokho,

5. ngokuba ithanda isizwe sakithi; yiyo esakhele isinagoge.*”

6. UJesu wayesehamba nawo.Kepha engasekude nendlu, induna yekhulu yathumela kuye abahlobo, bathi kuye: “Nkosi, ungazihluphi, ngokuba angifanele ukuba ungene phansi kophahla lwami.

7. Ngakho angizibonanga ukuthi ngifanele ukuza kuwe; kepha yisho izwi, khona inceku yami iyakusinda.

Ngokukaluka 7