Ngokukaluka 4:42-44 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

42. Sekusile, waphuma waya endaweni eyihlane; izixuku zamfuna, zaze zafika kuye impela, zambamba ukuba angamuki kuzo.

43. Kepha wathi kuzo: “Nakweminye imizi ngimelwe ukushumayela ivangeli lombuso kaNkulunkulu, ngokuba ngithunyelwe lokho.”

44. Washumayela emasinagogeni* aseGalile.

Ngokukaluka 4