Ngokukaluka 23:51-54 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

51. yona yayingavumanga icebo nesenzo sabo -- eyase-Arimatheya umuzi wabaJuda, eyayibheke umbuso kaNkulunkulu;

52. yona yaya kuPilatu, yacela isidumbu sikaJesu.

53. Yasehlisa, yasisonga ngendwangu enhle, yasibeka ethuneni elaliqoshwe edwaleni, lapho kungakabekwa muntu khona.

54. Kwakulusuku lokulungisela; isabatha lase lizakuqala.

Ngokukaluka 23