Ngokukaluka 22:68-71 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

68. noma ngibuza, anisoze naphendula.

69. Kepha kusukela manje iNdodana yomuntu izakuhlala ngakwesokunene samandla kaNkulunkulu.”

70. Base bethi bonke: “Kanti uyiNdodana kaNkulunkulu na?”Wathi kubo: “Nisho khona, ngokuba ngiyiyo.”

71. Bathi: “Pho, sisaswele bufakazi na? Ngokuba sesizwile uqobo lwethu ngomlomo wakhe.”

Ngokukaluka 22