Ngokukaluka 22:38-40 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

38. Base bethi: “Nkosi, bheka, nazi izinkemba ezimbili.”Wathi kubo: “Kwanele.”

39. Wayesephuma, waya eNtabeni Yeminqumo njengomkhuba wakhe, nabafundi bakhe bamlandela.

40. Esefikile endaweni wathi kubo: “Khulekani ukuba ningangeni ekulingweni.”

Ngokukaluka 22