Ngokukaluka 20:30-35 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

30. nowesibili;

31. nowesithathu wamthatha; kanjalo-ke abayisikhombisa; bafa bengashiyanga bantwana.

32. Ukugcina wafa nomfazi.

33. Ngakho-ke ekuvukeni owesifazane uyakuba ngumfazi wamuphi kubo, lokhu abayisikhombisa babe naye engumkabo.”

34. UJesu wathi kubo: “Abantwana bale nkathi bayaganwa, bayendiswa.

35. Kepha labo abazakuthiwa bafanele ukufinyelela kuleyo nkathi nasekuvukeni kwabafileyo kabaganwa, kabendiswa;

Ngokukaluka 20