Ngokukaluka 2:43-46 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

43. Sebeziqedile izinsuku, ekubuyeni kwabo, umntwana uJesu wasala eJerusalema, abazali bakhe bengazi.

44. Bethi-ke bona uphakathi kwabahambisana nabo bahamba ibanga losuku, bamfuna phakathi kwezihlobo nabazana nabo.

45. Bengamtholi babuyela eJerusalema, bemfuna.

46. Kwathi emva kwezinsuku ezintathu bamfumana ethempelini ehlezi phakathi kwabafundisi, ebezwa, ebabuza.

Ngokukaluka 2