Ngokukaluka 2:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Kwathi ngalezo zinsuku kwaphuma isimemezelo kuKesari Awugustu sokuba kubalwe izwe lonke.

2. Lokhu kubalwa kokuqala kwenziwa uKhureniyu engumbusi waseSiriya.

3. Bonke baya kubalwa, yilowo nalowo emzini wakubo.

Ngokukaluka 2