Ngokukaluka 19:6-9 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

6. Washesha wehla, wamamukela ngokuthokoza.

7. Kuthe bekubona, bakhonona bonke, bathi: “Uye kungenisa kwandoda eyisoni.”

8. Kodwa uZakewu wasukuma, wathi eNkosini: “Bheka, Nkosi, ngipha abampofu inxenye yempahla yami; kuthi uma ngimaphucile umuntu into ngamacebo, ngiyibuyisa iphindwe kane.”

9. UJesu wathi kuye: “Namuhla insindiso ifikile kule ndlu, lokhu naye eyindodana ka-Abrahama.

Ngokukaluka 19