Ngokukaluka 1:77-80 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

77. ukunika abantu bayo ukuyazi insindisongokuthethelelwa kwezono zabo,

78. ngemisesane yesihawu sikaNkulunkulu wethuesizakuhanjelwa ngayo ngukusa kwaphezulu,

79. ukubakhanyisela abahlezi ebumnyameni nasethunzini lokufanokuqondisa izinyawo zethu endleleni yokuthula.”

80. Wakhula-ke umntwana, waba namandla emoyeni; wahlala ehlane kwaze kwaba lusuku lokubonakaliswa kwakhe ku-Israyeli.

Ngokukaluka 1