Ngokukajohane 2:23-25 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

23. Kwathi eseJerusalema ngePhasika emkhosini, abaningi bakholwa egameni lakhe bebona izibonakaliso zakhe azenzayo;

24. kepha uJesu yena kabethembanga ukuba abhobokelane nabo, ngokuba wayebazi bonke,

25. nangokuba engaswele nobani amfakazele ngomuntu; wayekwazi yena okuphakathi komuntu.

Ngokukajohane 2