Ngokukajohane 16:3-5 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

3. Lokhu-ke bayakukwenza ngokuba bengamazanga uBaba nami;

4. kepha lokho ngikukhulume kini, ukuze kuthi, nxa kufika leso sikhathi, nikhumbule ukuthi nganitshela khona; anginitshelanga lokho kwasekuqaleni, ngokuba benginani.

5. “Manje ngiyamuka, ngiya kongithumileyo; akakho kinina ongibuza ukuthi: ‘Uya ngaphi na?’

Ngokukajohane 16