Ngokukajohane 12:37-39 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

37. Kepha noma ebezenzile izibonakaliso ezingaka phambi kwabo, abakholwanga nguye

38. ukuba izwi lika-Isaya umprofethi ligcwaliseke, alikhuluma lokuthi:“Nkosi, ngubani owakholwa ngukushumayela kwethu na?Ingalo yeNkosi yambulelwa bani na?”

39. Ngalokho babengekholwe, ngokuba u-Isaya washo futhi ukuthi:

Ngokukajohane 12