Kwabaseroma 16:3-6 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

3. Khonzani koPriska no-Akwila, izisebenzi ezikanye nami kuKristu Jesu,

4. abadela ukuphila kwabo ngenxa yokuphila kwami, engibabongayo, kungeyimi ngedwa, kodwa namabandla onke abezizwe.

5. Khonzani nasebandleni elisendlini yabo. Khonzani ku-Ephenetu, isithandwa sami, ongulibo lwase-Asiya kuKristu.

6. Khonzani kuMariya owanisebenzela kakhulu.

Kwabaseroma 16