Kwabaseroma 14:19-22 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

19. Ngalokho-ke asijonge okokuthula nokokwakhana.

20. Ungawuchithi umsebenzi kaNkulunkulu ngenxa yokudla. Konke kuhlanzekile, kepha kubi kulowo muntu okudla ekhubeka.

21. Kuhle ukungayidli inyama nokungaliphuzi iwayini noma okunye umzalwane wakho aqhuzuka ngakho.

22. Ukukholwa onakho, yiba nakho ngokwakho phambi kukaNkulunkulu. Ubusisiwe ongazahluleli ngalokho akukhethayo;

Kwabaseroma 14