Kwabase-Efesu 5:31-33 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

31. Ngenxa yalokho umuntu uyakushiya uyise nonina, anamathele kumkakhe; labo ababili bayakuba nyamanye.

32. Le mfihlakalo inkulu, kepha ngikhuluma ngoKristu nebandla.

33. Nani-ke, yilowo nalowo makathande umkakhe njengokuba ezithanda yena, kepha umfazi makahloniphe indoda yakhe.

Kwabase-Efesu 5