Kumaheberu 2:15-18 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

15. abakhulule bonke labo abathi ngokwesaba ukufa ekuhambeni kwabo konke babeboshelwe ebugqileni.

16. Ngokuba akahlangulisi izingelosi, kodwa uhlangulisa inzalo ka-Abrahama.

17. Ngakho-ke kwamfanela ukuba abe njengabafowabo kukho konke, ukuze abe ngumpristi omkhulu ohawukelayo nothembekayo kokukaNkulunkulu, kube yinhlawulo yezono zabantu.

18. Ngokuba lokhu wahlupheka yena uqobo elingwa, unamandla okusiza abalingwayo.

Kumaheberu 2