Izenzo 13:37-39 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

37. Kepha yena amvusayo uNkulunkulu akakubonanga ukubola.

38. Ngakho-ke makwazeke kini madoda, bazalwane, ukuthi ngalowo kumenyezelwa kini ukuthethelelwa kwezono, nakukho konke ebeningenakulungisiswa kukho ngomthetho kaMose

39. yilowo nalowo okholwayo uyakulungisiswa ngaye.

Izenzo 13