Izaga 8:33-36 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

33. Yizwani ukulaya, nihlakaniphe,ningakwenqabi.

34. Ubusisiwe umuntu ongizwayo,elinda imihla ngemihla ngasemasangweni ami,ehlala ngasezinsikeni zeminyango yami.

35. Ngokuba ongifumanayo,ufumana ukuphila,azuze umusa kuJehova.

36. Ongangifumani uyona umphefumulo wakhe;bonke abangizondayo bathanda ukufa.”

Izaga 8