Izaga 31:17-19 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

17. Uyabhinca okhalweni amandla;uyaqinisa izingalo zakhe.

18. Uyabona ukuthi ukuphatha kwakhe kunenzuzo;isibani sakhe asicimeki nasebusuku.

19. Uyabeka izandla zakhe othini lokuphotha izintambo,neminwe yakhe ibamba insimbi.

Izaga 31