Izaga 29:21-24 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

21. Inceku ekhuliswa kahle kwasebuntwaneniiyakuba yindodana ekugcineni.

22. Umuntu onolaka uvusa ukuxabana,nomuntu ofuthekayo uvama ukuphambeka.

23. Ukuzidla komuntu kuyamthobisa,kepha onomoya othobekileyo uyazuza udumo.

24. Ohlanganyela nesela uzonda umphefumulo wakhe;uyezwa isifungo, kepha akasidaluli.

Izaga 29