Izaga 24:5-8 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

5. Umuntu ohlakaniphileyo udlula onamandla,nomuntu onokwazi onezikhwepha.

6. Ngokuba ngokucabanga ungaphaka impi yakho,nokusinda kumi ngobuningi babeluleki.

7. Ukuhlakanipha kuphakeme kunesiwula;esangweni asivuli umlomo waso.

8. Ocabanga ukwenza okubiuyakubizwa ngokuthi owenza amacebo.

Izaga 24