Izaga 18:1-4 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Ozahlukanisayo ufuna esakhe isifiso,uphika konke ukuhlakanipha.

2. Isiwula asithokozi ngokuqonda,kuphela ngokuveza okusenhliziyweni yakhe.

3. Lapho kufika omubi,kufika nokudelela;kanye nehlazo kukhona inhlamba.

4. Amazwi omlomo womuntu anjengamanzi ajulileyo,nomfula ogobhozayo,nomthombo wokuhlakanipha.

Izaga 18