23. Emqathweni wabampofu kukhona ukudla okuningi,kepha kukhona okuchithwa ngenxa yokungalungi.
24. Oyeka uswazi uyazonda indodana yakhe,kepha oyithandayo uyayilaya ngesineke.
25. Olungileyo uyadla uze usuthe umphefumulo wakhe,kepha isisu sababi siyaswela.