Izaga 11:5-7 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

5. Ukulunga kopheleleyo kuqondisa indlela yakhe,kepha omubi uyakuwa ngobubi bakhe.

6. Ukulunga kwabaqotho kuyabophula,kepha abambuluzayo babanjwa ezifisweni zabo.

7. Akwethembayo umuntu omubi kuyaphela ekufeni kwakhe,nethemba lobubi liyabhubha.

Izaga 11