Isililo 3:58-62 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

58. Nkosi, umela indaba yomphefumulo wami,uyahlenga ukuphila kwami.

59. Jehova, uyabona ukoniwa kwami;thetha indaba yami.

60. Uyabona konke ukuphindisa kwabonawo onke amacebo abo ngami.

61. Uyezwa inhlamba yabo, Jehova,nawo onke amacebo abo ngami,

62. izindebe zabangivukeleyonemicabango yabo ngami izinsuku zonke.

Isililo 3