Isihlabelelo Sezihlabelelo 3:3-6 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

3. Abalindi bangifumanabehambahamba emzini:“Nimbonile othandwa ngumphefumulo wami na?”

4. Ngangidlule kancane nje kubo;ngase ngimthola othandwa ngumphefumulo wami;ngambamba, angivumanga ukuba ahambe,ngaze ngamngenisa endlini kamamenasekamelweni lowangikhulisayo.

5. Ngiyanifungisa,madodakazi aseJerusalema,ngezinsephe nangezindluzelekazi zasendleukuba ningalunyakazisi,ningaluvusi uthando,lungakavumi.

6. Ngubani owenyuka ehlane njengezinsika zomusi,eqhole ngemure* nangenhlaka,nangawo onke amakha omthengi, na?

Isihlabelelo Sezihlabelelo 3