Isambulo 21:25-27 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

25. namasango awo awasoze avalwa emini, ngokuba ubusuku abuyikuba khona lapho;

26. bayakuletha ubukhosi nodumo lwezizwe.

27. Akusoze kwangena lutho olungcolileyo kuwo nowenza amanyala namanga, kuphela abalotshiwe encwadini yokuphila yeWundlu.

Isambulo 21