Amahubo 92:5-8 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

5. Yeka ubukhulu bezenzo zakho, Jehova.Imicabango yakho ijulile kakhulu.

6. Umuntu oyisilima angekucabange,nesiwula asikuboni.

7. Noma ababi behluma njengotshani,nezigangi noma ziqhakaza zonke,kuyenzeka ukuba babhujiswe kuze kube phakade.

8. Kepha wena Jehova uphakeme kuze kube phakade.

Amahubo 92