Amahubo 85:10-13 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

10. Kuyakuhlangabezana umusa neqiniso,kwangane ukulunga nokuthula.

11. Kuyakuhluma iqiniso emhlabeni,kulunguzele phansi nokulunga kwasezulwini.

12. Yebo, uJehova uyakuveza okuhle;izwe lethu liyakuthela izithelo zalo.

13. Ukulunga kuyakuhamba phambi kwakhe,kwenzele izinyawo zakhe indlela.

Amahubo 85