Amahubo 83:1-5 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Nkulunkulu, ungathuli, ungalibali,ungali ukukhuluma, Nkulunkulu.

2. Ngokuba bheka,izitha zakho ziyaxokozela,nabakuzondayo baphakamisa ikhanda.

3. Ngobuqili benza uzungu ngabantu bakho,bacebisana ukulwa nabathukusiweyo bakho.

4. Bathi: “Wozani sibaqothule,bangabe besaba yisizwe,negama lika-Israyeli lingabe lisakhunjulwa.”

5. Baceba nganhliziyonye,benza isivumelwano ngawe:

Amahubo 83