Amahubo 78:62-64 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

62. Wanikela abantu bakhe enkembeni,wathukuthelela ifa lakhe.

63. Izinsizwa zabo zadliwa ngumlilo;izintombi zabo azihutshelwanga.

64. Abapristi babo bawa ngenkemba;abafelokazi babo abaze balila.

Amahubo 78