Amahubo 78:13-15 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

13. Wahlukanisa ulwandle, wabawelisa;wamisa amanzi njengodonga.

14. Wabahola ngefu emini,nobusuku bonke ngokukhanya komlilo.

15. Waqhekeza amadwala ehlane,wabaphuzisa njengasotweni olujulileyo.

Amahubo 78