Amahubo 66:17-20 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

17. Ngakhala kuye ngomlomo wami;ukudumisa kwakuphansi kolimi lwami.

18. Uma bengiqonde ububi enhliziyweni yami,ibingayikungizwa iNkosi.

19. Ngempela uNkulunkulu uzwile,walalela izwi lomkhuleko wami.

20. Makabongwe uNkulunkuluongalahlanga umkhuleko wami nomusa wakhe kimi.

Amahubo 66