Amahubo 47:1-4 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Shayani izandla, zizwe zonke;hlokomani kuNkulunkulu ngezwi lokuhalalisa.

2. Ngokuba uJehova oPhezukonke uyesabeka;uyinkosi enkulu phezu komhlaba wonke.

3. Wathobisa abantu phansi kwethu,nezizwe phansi kwezinyawo zethu.

4. Wasikhethela ifa lethu,udumo lukaJakobe amthandayo. Sela*

Amahubo 47