Amahubo 39:9-11 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

9. Ngiyathula, angivuli umlomo wami;ngokuba nguwe okwenzileyo.

10. Susa kimi ukushaya kwakho,ngokuba ngiyaqedwa ngukushaywa yisandla sakho.

11. Nxa ulaya umuntu ngesijeziso ngenxa yeziphambeko,ubuhle bakhe ubenza buphele njengenundu;yilowo nalowo muntu ungumoya nje. Sela*

Amahubo 39