Amahubo 33:12-15 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

12. Sibusisiwe isizwe esiNkulunkulu waso nguJehova,isizwe asikhethileyo sibe yifa lakhe.

13. UJehova uyabheka esezulwini;uyababona bonke abantwana babantu.

14. Esendaweni lapho ehlala khonauyababuka bonke abakhileyo ezweni,

15. yena owadala izinhliziyo zabo bonke,oqaphela zonke izenzo zabo.

Amahubo 33