8. Jehova, ngiyayithanda inkundla yendlu yakhonendawo lapho kuhlezi khona inkazimulo yakho.
9. Ungamukisi umphefumulo wami kanye nezoninokuphila kwami kanye nabantu begazi
10. abanehlazo ezandleni zabo,nesokunene sabo sigcwele izipho zenkohliso.
11. Kepha mina ngihamba ekulungeni kwami;ngihlenge, ube nomusa kimi.
12. Unyawo lwami lumi ebaleni;ngizakudumisa uJehova emihlanganweni.